F305__UG_ZU_1213_4817_3 Userguide ZU F305 1213 4817.3
2017-03-08
: Sony Userguide Zu F305 1213-4817.3 userguide_ZU_F305_1213-4817.3 f305
Open the PDF directly: View PDF .
Page Count: 42
F305
Igaydi
yomsebenzisi
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
2
Halala ngokuthenga kwakho i-Sony Ericsson F305. Ngokunye
kwefoni okuqukethwe, yiya ku
www.sonyericsson.com/fun
. Bhalis
a
manje ukuze uthole indawo yokulondoloza kulayini yamahhala
nezipesheli ku www.sonyericsson.com/myphone. Ngesaphothi
yemikhiqizo, yiya ku www.sonyericsson.com/support.
Izimpawu zemiyalelo
Okulandelayo kuvela kwigaydi yoMsebenzisi:
> Sebenzisa ikhi lokuhamba ukupheqa nokukhetha.
Cindezela ikhi lokuhambisa phakathi nendawo.
Cindezela ikhi lokuhambisa liye phezulu.
Cindezela ikhi lokuhambisa liye phansi.
Cindezela ikhi lokuhambisa liye esinxeleni.
Cindezela ikhi lokuhamba liye esidleni.
Yazi
Ithiphu
Isexwayiso
Kubonisa ukuthi isevisi noma umsebenzi uncike
kwinethiwekhi noma kokuthengiwe. Wonke amamenyu
noma imisebenzi kungenzeka kungatholakali efonini
yakho. Xhumana no-opharetha wenethiwekhi yakho
ngolwazi oluthe xaxa.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
3
Ukulungiselela ifoni
Ukufaka i-SIM khadi nebhethri
1Susa ikhava yebhethri nebhethri uma ifakiwe. Shelelezisa
iSIM khadi kwisibambi sayo izixhumi zibheke phansi.
2Faka ibhethri isayidi lelebuli libheke phezulu nezixhumi
zibhekane. Buyisela ikhava yebhethri.
Ungayiphoqeleli ikhava yebhethri endaweni yayo. Beka
ikhava yebhethri ngokucophelela efonini bese uyivala.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
4
I-SIM khadi
I-SIM (Subscriber Identity Module) khadi, oyithola ku-
opharetha wenethiwekhi yakho, inolwazi lokuthenga
kwakho. Njalo ubocisha ifoni yakho futhi ukhiphe ishaja
nebhethri ngaphambi kokufaka noma ukukhipha i-SIM
khadi.
I-PIN khodi
Ungahle udinge i-PIN (Personal Identification Number) ukwenza
kusebenze amasevisi efonini yakho. I-PIN yakho ihlinzekwa wu-
opharetha wenethiwekhi yakho. Idijithi ngayinye yePIN ivela
njenge *, ngaphandle uma iqala ngamadijithi enamba yezimo
eziphuthumayo, isibonelo 112 no 911. Ungashayela inamba
yezimo eziphuthumayo ngaphandle kokufaka iPIN.
I-Memory Stick Micro™
Ifoni yakho isekela i-Memory Stick Micro™ (M2™) Imemori khadi
yengeza indawo yokubeka efonini yakho, isibonelo umculo,
amaringithoni, amavidyo kliphu nezithombe. Ungashiyelana
nolwazi lwakho olugcinile ngokulugudluzela noma ukulukopishela
kwamanye amadivaysi avumelana nememori khadi.
Ungagcina oxhumana nabo kwi-SIM khadi ngaphambi
kokuyikhipha efonini. Oxhumana nabo bangagcinwa futhi
kwimemori yefoni. Bheka Oxhumana nabo ekhasini 26.
Uma ufaka iPIN okungesiyo izikhathi ezintathu zilandelana,
I-PIN ivinjiwe uyavela. Ukuyivula, kudingeka ufake iPUK
(Personal Unblocking Key) yakho.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
5
Ukufaka i-Memory Stick Micro™ (M2™)
•Vula ikhava bese ufaka imemori khadi.
Ukukhipha i-M2™
•Vula ikhava bese ucindezela ekugcineni
kwememori khadi ukulikhulula bese
uyalikhipha.
Ukushaja ibhethri
Ibhethri yefoni ishajeke kancane uma uyithenga. Kuthatha cishe
2.5 amahora ukushaja ibhethri ngokugcwele.
Ukushaja ibhethri
1Xhuma ishaja kwifoni. Cindezela ikhi yokukhanyisa isibuko
ubone izinga lokushaja.
2Ukukhipha ishaja, gobisa bese udonsa ipulaki liye phezulu.
Ungayisebenzisa ifoni ngesikhathi ishaja. Ungashaja ibheth
ri
isikhathi esingaphezu noma esingaphansi kwamahora
awu 2.5. Ukushaja okulokhu kuphazamiseka ngeke kuyilimaz
e
ibhethri.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
6
Ukuvula ifoni
1Cindezela bese ubamba .
2Faka iPIN yeSIM khadi yakho, uma
iceliwe.
3Khetha Yebo ukusebenzisa isethaphu
wizadi ukuze uvumelanise amasethingi
efoni asemqoka njenge- Isikhath
nosuk, Ulimi lwefoni nokunye.
Okubekwe eceleni
Emva kokuvula ifoni nokufaka iPIN yakho, igama lika-opharetha
wakho livela esibukweni. Loku kubizwa ngokubekwe eceleni.
Manje usungashaya ubuye wemukele izingcingo.
Ukucisha ifoni
•Cindezela bese ubamba .
Ku
Flight mode
ama-transceivers enethiwekhi nawomsakazo
ayavalwa ukunqanda ukuphazamiseka empahleni ebucayi.
Uma wenza iphutha ngenkathi ufaka i-PIN yakho,
ungacindezela ukusula izinamba esibukweni.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
7
Ukusebenza kwenethiwekhi
Amabha enethiwekhi akhombisa amandla enethiwekhi ye-GSM
ngakini. Yiya kwenye indawo uma unezinkinga zokushaya ucingo
futhi ingatholakali kahle inethiwekhi. Ayikho inethiwek. kusho
ukuthi awukho endaweni enenethiwekhi.
Izinga lebhethri
= Ukwamukela okuhle kwenethiwekhi
= Ukwamukela okulingene kwenethiwekhi
= Ibhethri igcwele
= Ibhethri yefoni ayinamandla
Izinga
lebhethri
Ukusebenza
kwenethiwekhi
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
8
Izimpawu zesibuko
Lezi mpawu zingavela esibukweni.
Uphawu
Incazelo
Ucingo olungaphendulwanga
Ihendsfri ixhunyiwe
Ifoni ithulisiwe
Umbiko wombhalo wamukelwe
Umbiko wesithombe wamukelwe
Umbiko we-imeyli wamukelwe
I-Predictive text input icushiwe
Umbiko wezwi wamukelwe
Ucingo oluqhubekayo
Umsakazo we-FM uyadlala
I-alamu icushiwe
Ukusebenza kwe-Bluetooth kucushiwe
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
9
Uhlolo jikelele lwefoni
1Ikhi yemidlalo
2Amakhi okukhetha
3Ikhi yokushaya ucingo
4Isixhumi seshaja, ihendisfri
nekhebula le-USB
5Ikhi yeshothikhathi yemidlalo
6Ikhi lokuhambisa, amakhi
akhombayo emidlalo
7Ikhi eliyisiphambano
lemidlalo
8Ikhi yokuqeda, Ikhi
yokuvula/ukucisha
9Ikhi ye-C (Sula idatha
yokusiza)
10 Ikhi ephakathi yokukhetha
11 Ikhi lokuthulisa
12 Ikhamera enkulu
13 Imbobo yebhande
14 Amakhi evolumu
15 Ikhi yekhamera
16 Imbotshana yememori khadi
17 Izipikha zestiriyo
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
10
Ukuhamba
Amamenyu amakhulu akhonjiswa njengezimpawu. Amanye
amamenyu amancane abandakanya amathebhu.
Ukuhamba kumamenyu efoni
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu.
2Sebenzisa ikhi yokuhamba ukuhamba kumamenyu.
Ukupheqa phakathi kwamathebhu
•Cindezela ikhi lokuhamba esinxeleni noma kwesokudla.
Ukuya emuva isinyathelo esisodwa kwimenyu
•Khetha Emuva.
Ukubuyela kokubekwe eceleni
•Cindezela .
Ukusetha ifoni ukuba ithule
•Cindezela bese ubamba .
Ukushayela isevisi yemeyili yezwi
yakho
•Cindezela bese ubamba .
Ukuqeda umsebenzi
•Cindezela .
Ikhi ephakathi yokukhetha
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
11
Uhlolojikelele lwemenyu
I-PlayNow™*
I-Inthanethi*
Ikhasi lasekhaya, Faka ikheli,
Amabhukumaka,
Umlando, Amakhasi
agcini., Amasete-Intha.
Ukuzithokozisa Imidlalo, I-TrackID™, Isidlali sevidyo,
Rekhod umsind
Ikhamera
Ukuthum. imibiko
Bhala okusha, Ibhok. lengenay, I-imeyli,
Izinhlaka, Ibhokisi lephum, Imibik
ethunyel, Fonel. imeyl zwi, Izibonisi,
Amasethingi
Isidlali somculo
Imenenja yefayela**
Umculo, I-al. yekhamera, Izithombe,
Amavidiyo, Okunye
Oxhumana nabo Oxh. naye omusha
Umsakazo
Izingcingo**
Zonke Ezidayeliwe
Aziphendulwanga
Ziphenduliwe
Umhleli
I-alamu, Izinhlelo, Ikhalenda, Imisebenzi,
Ukuvumelanisa*, I-timer, Isitophuwashi,
Umshin wokbal
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
12
Amasethingi**
Okujwayelekile
Amaphrofayli
Isikhath nosuk
Ulimi lwefoni
Amashothikhath
I-Flight mode
Ukuphepha
Izinga lefoni
Setha busha konk
Imisind nezxway
Ivolumu yeringith.
Iringithoni
Imodi ethule
Isixwa. sokudlikiza
Isexwayiso sombik.
Umsindo wekhi
Isibuko
Iphepha lodonga
Izingqikithi
Isibuko sokuqalisa
Isisitha sibuko
Ukugqama
Izingcingo
Dayel ngokushesh
Dlulis pham izingc
Singatha izin.
Isikhathi nezindlek*
Veza/fihla inamba
Ihendsfri
Vula ukuphendula
Vala ukuqed ucing
Ukuxhumaniseka
I-Bluetooth
I-USB
Ukuvumelanisa*
Amaneth. eselula
Amasete-Intha.
*
Amanye amamenyu ancike ku-opharetha, kwinethiwekhi nasekuthengeni.
** Ungasebenzisa ikhi lokuhamba ukupheqa kumathebhu kumamenyu
amancane. Ngolunye ulwazi, bheka Ukuhamba ekhasini 10.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
13
Imidlalo
Amakhi okudlala
Ukudlala imidlalo
•Kokubekwe eceleni cindezela bese ukhetha umdlalo.
Imidlalo enyakazayo
Ngaphezu kwemidlalo evamile ye-Java™, ifoni yakho ibuye
ifike nemidlalo eminingana enyakazayo ye-Java. Ungalawula
umdlalo ngokujikozisa noma ukuzungezisa ifoni esikhundleni
sokucindezela ikhiphedi. Ifoni ibona futhi iphendule iminyakazo
yakho ngekhamera, ngakhoke ikhamera akufanele yembozwe
ngesikhathi semidlalo yeminyakazo.
Eminye imidlalo
Ungazama, uthenge futhi ulande eminye imidlalo ngokusebenzisa
i-Inthanethi ku Imenyu > Ukuzithokozisa > Imidlalo
> I-Sony Ericsson.
Ikhi eyishothikhathi yemidlalo egxilile
Amakhi emidlalo ayindilinga nesiphambano
Amakhi aya phansi, esinxeleni, kwesokudla
akhombayo emidlalo nekho yokukhetha
ephakathi
Qiniseka ukuthi ugqoka ibhane lesihlakala ukugwema
ukudedela ifoni ngesikhadi semidlalo enyakazayo. Ingalimaza
abantu abaseduze noma ilimaze ezinye izinto.
Lo msebenzi uncike ku-opharetha, kwinethiwekhi
nasekuthengeni. Udinga amasethingi afanele e-Inthanethi
efonini yakho ukusebenzisa lo msebenzi. Bheka I-Inthanethi
ekhasini 30.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
14
Amakhava e-Style-up™
Amanye amakhithi abandakanya amakhava e-Style-up™
engeziwe.
Ukushintsha ikhava yangaphambili
1Faka uzipho lwesithupha sakho emseleni bese uphakamisa
ikhava isuke efonini.
2Qondanisa ikhava entsha nephezulu lefoni.
3Shutheka ikhava endaweni yayo ngokucindezelela phansi.
Ukushintsha ikhava yebhethri
1Khipha ikhava yebhethri.
2Qondanisa ikhava yebhethri entsha nephezulu lefoni.
3Shelelezisa ikhava yebhethri entsha endaweni.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
15
Isidlali Mculo
Izinhlobo zamafayela asekelwayo yilawa: I-MP3, MP4, 3GP, AAC
,
AMR, MIDI, IMY, EMY ne WAV (16 kHz izinga lesampula
lokugcina).
Ukudlala umculo
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Isidlali somculo
> Izinketh > Umculo wami > Amathrekhi.
2Pheqela kusihloko bese ukhetha Dlala.
Ukumisa ukudlala umculo
•Cindezela ikhi yokuhambisa ephakathi.
Kudluliswa umculo
Ungadlulisa umculo usuke kukhompyutha yakho uye kumemori
yefoni yakho noma ku-Memory Stick Micro™ (M2™). Zimbili
izindlela zokuxhuma ifoni kukhompyutha:
•Ukusebenzisa ikhebula le-USB
•Ngoxhumano lobuchwepheshe obungenawaya be-Bluetooth
Ungahudula bese uphonsa amafayela phakathi kwefoni yakho noma
imemori khadi nekhompyutha ku Microsoft® Windows Explorer.
Ukuxhuma ifoni yakho kwikhompyutha usebenzise ikhebula
le-USB
1Qiniseka ukuti ifoni yakho ivuliwe.
2Xhuma ikhebula le-USB kwifoni yakho nakwikhompyutha.
3Ifoni: Khetha Ukul kwem emi.
4Ikhompyutha: Linda izishayeli zifakwe ngeothomahikhi.
Kudingeka eyodwa kula masistimu okusebenzisa:
•Microsoft® Windows® 2000
•I-Microsoft Windows XP (i-Pro noma i-Home)
•Microsoft Windows Vista™ (zonke izihumusho)
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
16
Ukudlulisa amafayela kwimodi yokuLondoloza okuningi
1Xhuma ikhebula le-USB kwifoni nakwikhompyutha.
2Ifoni: Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi
> eye Ukuxhumaniseka ithebhu > I-USB > Ukul kwem emi.
3Ikhompyutha: Linda ize imemori yefoni nememori khadi
kuvele njengamadiski angaphandle kwi-Microsoft Windows
Explorer.
4Ikhompyutha: Kudeskithophu yekhompyutha, qhafaza kabili
oluthi Ikhompyutha Yami uphawu.
5Ikhompyutha: Ewindini elithi
Ikhompyutha Yami, qhafaza kabili
uphawu olumele ifoni yakho ngaphansi kuka Amadivaysi
anesilondolozi esikhiphekayo
ukuhlola imemori yefoni
namafolda e-memory stick.
6Kopisha unamathisele ifayela lakho, noma lihudule uliphonse,
kwifolda kukhompyutha yakho, kumemori yefoni yakho noma
kumemori khadi yakho.
Imemori yefoni Imemori khadi
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
17
Izinhla zokudlala
Ungakha izinhla zokudlala ukuhlela amafayela emidya agcinwe
kwimenenja yamafayela.
Ukwakha uhla lokudlala
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Isidlali somculo
> Izinketh > Umculo wami > Izinhl zam zokdl > Uhl dlal sha
> Engeza.
2Faka igama bese ukhetha OK.
3Pheqela kwithrekhi bese ukhetha OK.
Ungalikhiphi ikhebula le-USB efonini noma kwikhompyutha
ngesikhathi sokudlulisa ifayela njengoba lokhu kungonakalisa
iMemory Stick nememori yefoni.
Ngeke ukwazi ukuhlola amafayela adlulisiwe efonini yakho
ungakalikhiphi ikhebula le-USB efonini.
Ukukhipha okuphephile ikhebula le-USB kwimodi yeFayela,
qhebeza isidla ophawini lwe-Removable Disk kwi-Windows
Explorer bese ukhetha u Khipha.
Ulwazi oluthe xaxa ngokudlulisela amafayela efonini yakho
lutholakala ku www.sonyericsson.com/support.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
18
I-PlayNow™
Nge-PlayNow™ ungahlola ngaphambili, uthenge futhi ulande
umculo ngokusebenzisa i-Inthanethi. Ungathola i-PlayNow™
ku-Imenyu > I-PlayNow™.
I-TrackID™
I-TrackID™ iyisevisi ekhumbula umculo. Ungacinga izihloko
zamaculo, abaculi namagama ama-albhamu.
Ukucinga ulwazi lweculo
•Uma uzwa iculo ngelawudispikha, kokubekwe eceleni khetha
Imenyu > Ukuzithokozisa > I-TrackID™ > Qala.
•Uma umsakazo udlala khetha Izinketh > I-TrackID™.
Udinga amasethingi afanele e-Inthanethi efonini yakho
ukusebenzisa lo msebenzi. Bheka I-Inthanethi ekhasini 30.
Udinga amasethingi afanele e-Inthanethi efonini yakho
ukusebenzisa lo msebenzi. Bheka I-Inthanethi ekhasini 30.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
19
Umsakazo
Ifoni yakho inomsakazo futhi ihendsfri
isebenza njengothi.
Ukulalela umsakazo
1Xhuma ihendisfri kwifoni.
2Kokubekwe eceleni khetha Imenyu
> Umsakazo.
Ukulawula umsakazo
•
Cindezela noma ukucinga amashaneli omsakazo we-FM.
Ukugcina ishaneli yomsakazo we-FM
1Khetha Izinketh > Gcina.
2Cindezela bese ubamba – . Ishaneli yomsakazo
we-FM igcinwa ku Izinketh > Amashaneli.
Ukulalela ishaneli yomsakazo we-FM egciniwe
•Uma umsakazo we-FM uvuliwe, cindezela – .
Ukuphuma kumsakazo we-FM
1Khetha Emuva noma cindezela .
2Nciphisa umsakazo iyavela. Khetha Cha.
Ukucisha umsakazo we-FM ngesikhathi incishisiwe
1Khetha Imenyu > Umsakazo.
2Khetha Emuva noma cindezela .
3Nciphisa umsakazo iyavela. Khetha Cha.
Ukuhlola okukhethwa kukho komsakazo we-FM
•Uma umsakazo we-FM uvuliwe, khetha Izinketh.
Ungasebenzisi ifoni yakho njengomsakazo ezindaweni lapho
kungavunyelwe khona.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
20
Ukufanekisa
Ikhamera nevidyo rekhoda
Ungathatha izithombe futhi urekhode amavidyo kliphu ozowahlola,
uwagcine noma uwathumele. Uthola izithombe namavidyo kliphu
kwakho okugciniwe kwi Imenyu > Imenenja yefayela > I-al.
yekhamera.
Ukuthatha isithombe
1Kokubekwe eceleni cindezela ukuqalisa ikhamera.
2Cindezela noma ukupheqela ku .
3Cindezela ukuthatha isithombe.
4Isithombe sigcinwa nge-othomathikhi.
Ungarekhodi uma kukhona umthombo wokukhanya
onamandla ngemuva. Sebenzisa isaphothi enjenge-tripod
noma i-self-timer ukugwema isithombe esilufifi.
1Thatha izithombe/Rekhoda
amavidyo kliphu
2Yendlala ucacise
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
21
Ukurekhoda ividyo kliphu
1Kokubekwe eceleni cindezela ukuqalisa ikhamera.
2Cindezela noma ukupheqela ku .
3Cindezela kuye phansi ngokugcwele ukuqala
ukurekhoda.
Ukuyeka ukuqopha
•Cindezela . Ividyo kliphu igcinwa nge-othomathikhi.
Ukusebenzisa ukwendlala noma ukucacisa
•Cindezela amakhi evolumu aye phezulu noma ezansi.
Kudluliswa izithombe
Ungasebenzisa i-Bluetooth™ wireless technology nekhebula
le-USB ukudlulisa izithombe namavidyo kliphu phakathi
kwekhompyutha nefobi yakho. Bheka I-Bluetooth™ wireless
technology ekhasini 29 ne Ukudlulisa amafayela kwimodi
yokuLondoloza okuningi ekhasini 16 ngolunye ulwazi.
Uma uthatha isithombe, ukendlala ucacise kutholakala
kuphela kumodi ye-VGA.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
22
Kushaywa ucingo
Kufanele uvule ifoni futhi ube sendaweni enenethiwekhi.
Ukushaya ucingo
1Kokubekwe eceleni faka ikhodi yendawo, uma ikhona,
nenamba yefoni.
2Cindezela .
Ukuqeda ucingo
•Cindezela .
Ukuphendula ucingo
•Cindezela .
Ukudikila ucingo
•Cindezela .
Ukushintsha ivolumu yespikha sasendlebeni ngesikhathi socing
o
•Cindezela ikhi yevolumu iye phezulu noma ezansi.
Ukuvula ilawudispikha ngesikhathi socingo
•Khetha Ispikha.
Ukuhlola izingcingo ezingabanjwanga kokubekwe eceleni
•Uma i Ngaphendu lwanga: ikhonjiswa, khetha Hlola.
Ungashayela izinamba ezikoxhumene nabo nasohlwini
lwezingcingo. Bheka Oxhumana nabo ekhasini 26 ne
Uhla lwezingcingo ekhasini 23.
Ungayibambi ifoni uyibeke endlebeni ngenkathi usebenzisa
ilawudispikha. Lokhu kungalimaza izindlebe zakho.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
23
Ukushaya izingcingo zomhlaba jikelele
1Kokubekwe eceleni cindezela bese ubamba kuze kuvele
uphawu “+”.
2Faka ikhodi lezwe, ikhodi lendawo (ngaphandle kukaziro
wokuqala) nenamba yefoni.
3Cindezela .
Uhla lwezingcingo
Ungahlola ulwazi mayelana nezingcingo zakamuva.
Ukushayela inombolo esohlwini lwezingcingo
1Kokubekwe eceleni cindezela .
2Pheqa egameni noma enambeni bese ucindezela .
Ukususa inombolo ohlwini lwezingcingo
1Kokubekwe eceleni cindezela .
2
Pheqela kwigama noma inamba bese ukhetha
Izinketh > Susa.
Izingcingo eziphuthumayo
Ifoni yakho isekela izinombolo zamazwe omhlaba jikelele
eziphuthumayo, isibonelo u-112 no 911. Lezi zinombolo
zingasetshenziswa ngendlela ejwayelekile ukushayela izinombolo
eziphuthumayo kunoma yiliphi izwe, usebenzisa noma
ungayisebenzisi i-SIM khadi, uma nje inethiwekhi ye-GSM itolakal
a.
Ukushaya ucingo oluphuthumayo
•Kokubekwe eceleni faka 112 (inamba ephuthumayo yamazwe
ngamazwe) bese ucindezela .
Izingcingo eziya kwinamba yezimo eziphuthumayo
yomhlabajikelele u 112 isengashaywa, noma ikhiphedi ikhiyiwe.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
24
Ukuthumela imibiko
Imibiko yombhalo (SMS)
Kufanele ube nenamba yesikhungo sesevisi, ehlinzekwa
wumnikezeli wesevisi yakho bese igcinwa kwi-SIM khad
i.
Kungadingeka uyifake wena inamba.
Ukubhala nokuthumela umbiko wombhalo
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Ukuthum. imibiko
> Bhala okusha > Umbiko womb.
2Bhala umbiko bese ukhetha Qhubek.
3Khetha ongakhetha kukho.
4Khetha OK > Thumel.
Ukuhlola umbiko wombhalo owamukeliwe
1Uma lokhu Umbiko omusha ovela: kuvela, khetha Hlola.
2Khetha umbiko ongafundiwe.
Ukuhlola umbiko ogcinwe ebhokisini lengenayo
•Khetha Imenyu > Ukuthum. imibiko > Ibhok. lengenay.
Ukuthola izinga lokudilivwa lombiko othunyelwe
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Ukuthum. imibiko
> Amasethingi > Umbiko womb. > Umbiko olethiwe.
2Khetha Vuliwe. Uyokwaziswa uma umbiko udilivwe
ngempumelelo.
Bheka Ukufaka umbhalo ekhasini 32.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
25
Imibiko yezithombe (MMS)
Imibiko yesithombe ingaqukatha umbhalo, izithombe, umsindo
orekhodiwe, amavidyo kliphu, nezinamathiselo.
Ukwakha nokuthumela umbiko wesithombe
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Ukuthum. imibiko
> Bhala okusha > Umbiko wesith.
2Faka umbhalo. Ukwengeza izinto kumbiko, cindezela ,
pheqa bese ukhetha into.
3Khetha Qhubek.
4Khetha ongakhetha kukho.
5Khetha OK > Thumel.
Kufanele usethe iphrofayili ye-MMS kanye nekheli leseva
yemibiko yakho. Uma lingekho iphrofayli le-MMS noma
iseva yombiko ekhona, ungamukela wonke amasethingi
nge-othomathikhi avela ku-opharetha wakho wenethiwekhi
ku www.sonyericsson.com/support.
Ukuthumela nokwamukela amafoni kufanele kube nokutheng
a
okusekela ukuthunyelwa kwemibiko yezithombe.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
26
Oxhumana nabo
Ungagcina oxhumana nabo kwimemori yefoni noma ku-SIM
khadi. Ungakopisha oxhumana nabo ubasuse kwimemori
yefoni baye kwi-SIM khadi noma basuke kwi-SIM khadi baye
kwimemori yefoni.
Oxhumene nabo bedifolthi
Ungakhetha ukuthi yiluphi ulwazi loxhumene nabo olukhonjiswa
njengedifolthi. Uma Oxhumen. nabo ekhethwe njengedifolthi,
oxhumana nabo bakhombisa lonke ulwazi olugcinwe kufoni.
Uma ukhetha Oxh nab beSIM njengedifolthi, oxhumana nabo
bakhombisa amagama nezinamba okugcinwe kwi-SIM khadi.
Ukukhetha oxhumana nabo bedifolthi
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo
> Izinketh > Okuthuthukile > Oxhu nab bedif.
2Khetha ongakhetha kukho.
Uma ukhetha Ifoni neSIM njenge Oxhu nab bedif, ucelwa
ukuba ukhethe phakathi kwe Ifoni noma I-SIM khadi uma
wengeza uxhumana naye omusha.
Bheka Ukufaka umbhalo ekhasini 32.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
27
Oxhumana nabo efonini
Ukwengeza oxhumana naye efonini
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo
> Oxh. naye omusha > Engeza.
2Pheqela ku Isibongo: bese ukhetha Engeza.
3Faka igama bese ukhetha OK.
4Pheqela ku Igama lokuqala: bese ukhetha Engeza.
5Faka igama bese ukhetha OK.
6Pheqela ku Inombolo entsha: bese ukhetha Engeza.
7Faka inamba bese ukhetha OK.
8Khetha okukhethwa kukho inamba.
9Pheqa phakathi kwamathebhu bese ukhetha izindima
ukwengeza ulwazi.
10 Khetha Gcina.
Ukushayela ucingo oxhumana naye
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo.
2Pheqela koxhumana naye, noma faka izinhlamvu zokuqala
ezimbalwa zakhe.
3Cindezela .
Ukuhlela oxhumana naye
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo.
2Khetha oxhumana naye.
3Khetha Izinketh > Hlela oxhum nay.
4Hlela ulwazi bese ukhetha Gcina.
Faka uphawu + nekhodi lezwe nazo zonke izinamba
zefonibhuku. Sezingasetshenziswa phesheya noma
ekhaya. Bheka Ukushaya izingcingo zomhlaba jikelele
ekhasini 23.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
28
Ukususa oxhumana naye
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo.
2Pheqela koxhumana naye.
3Khetha Izinketh > Susa.
Ukukopisha oxhumana naye kwi-SIM khadi
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo.
2Pheqela koxhumana naye.
3Khetha Izinketh > Okunye > Kopishel. kwiSIM.
Imemori yoxhumana nabo
Inani lwezinhla ongazigcina kwi Oxhumana nabo lincike
emthamweni weSIM khadi yakho.
Ukuhlola izinga lememori yoxhumana nabo
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Oxhumana nabo
> Izinketh > Izinga lememori.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
29
Eminye imisebenzi
I-Bluetooth™ wireless technology
I-Bluetooth™ wireless technology ivumela ukuxhumana
okungenawaya namanye amadivaysi e-Bluetooth. Isibonelo unga:
•xhuma kumadivaysi ehendisfri.
•xhuma kumadivaysi amaningana ngesikhathi esisodwa.
•shintshanisa izinto.
Ukuvula uhlelo lwe-Bluetooth
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Ukuxhumaniseka ithebhu > I-Bluetooth > Vula.
Ukubhangqa idivaysi nefoni yakho
1Ukucinga amadivaysi atholakalayo, kokubekwe eceleni
khetha Imenyu > Amasethingi > eye Ukuxhumaniseka
ithebhu > I-Bluetooth > Imishini yami > Umshini omusha.
2Khetha idivaysi ohlwini. Faka iphasikhodi, uma kudingeka.
Ukubhangqa ifoni yakho nehendsfri ye-Bluetooth
1Ukucinga amadivaysi atholakalayo, kokubekwe eceleni
khetha Imenyu > Amasethingi > eye Ukuxhumaniseka
ithebhu > I-Bluetooth > Imishini yami > Umshini omusha.
2Khetha idivaysi yehendsfri. Faka iphasikhodi, uma kudingeka.
Sincoma ubue bookugcina obungamamitha ayi-10
(33 amafidi), kungabi nezinto eziqinile phakathi kwalo,
ngokuxhumana kwe-Bluetooth.
Qinisekisa ukuthi idivaysi ofuna ukuyibhangqa nefoni yakho
inomsebenzi we-Bluetooth ocushiwe futhi ne-Bluetooth
Kuyabonakala isethwe ku Bonisa ifoni.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
30
Ukwamukela into
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Ukuxhumaniseka ithebhu > I-Bluetooth > Vula.
2Uma wamukela into ethile, landela imiyalelo evelayo.
Ukuthumela into ngokusebenzisa i-Bluetooth
1Kokubekwe eceleni khetha, isibonelo, Imenyu > Imenenja
yefayela > I-al. yekhamera.
2Pheqela esithombeni bese ukhetha Izinketh > Thumela
> I-Bluetooth.
I-Inthanethi
Udinga amasethingi afanele e-Inthanethi efonini yakho. Uma
amasethingi engekho efonini yakho, unga:
•
Wathole kumbiko wombhalo ovela ku-opharetha wenethiwekhi
.
•Kwikhomyutha, yiya ku www.sonyericsson.com/support bese
ucela umbiko wombhalo onamasethingi.
Ukukhetha Iphrofayli le-Inthanethi
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > I-Inthanethi
> Amasete-Intha. > Ama-akhawunti.
2Khetha i-akhawunti.
Ukuqala ukupheqa
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > I-Inthanethi.
2Khetha ongakhetha kukho.
Ukuyeka ukupheqa
•Uma upheqa, cindezela bese ubamba .
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
31
Izingqikithi namaringithoni
Ungashintsha ukubonakala kwesibuko sakho ngokukhetha
izingqikithi. Ungakhetha futhi amaringithoni.
Ukukhetha ingqikithi
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Isibuko ithebhu > Izingqikithi bese ukhetha ingqikithi.
Ukukhetha iringithoni
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Imisind nezxway
ithebhu >
Iringithoni
bese ukhetha
iringithoni.
Isikhathi nosuku
Ukusetha isikhathi nosuku
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Isikhath nosuk > Isikhathi.
2Faka usuku bese ukhetha OK.
3Faka isikhathi bese ukhetha OK.
Ulwimi
Ukushintsha ulwimi lwefoni
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ulimi lwefoni bese ukhetha ulimi.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
32
Imenenja yefayela
Ungasingatha amafayela agcinwe kumemori yefoni noma
kumemori khadi. Ungakha amafolda amancane ukuhambisa
kuwo amafayela.
Ukugudlula ifayela kwimenenja yamafayela
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Imenenja yefayela.
2Pheqela kwifayela bese ukhetha Izinketh > Gudlulela kufold.
3Vula ifolda bese ukhetha Namath.
Ukufaka umbhalo
Zimbili izindlela ongazisebenzisa ukufaka umbhalo: i-multitap
noma i-predicitive text input.
Ukufaka umbhalo ngokusebenzisa i-predictive text input
1Isibonelo, ukubhala igama elithi “Jane”, cindezela , ,
, .
2Manje ungakhetha kokuningana:
•Uma igama elikhonjisiwe kuyileli olifunayo, cindezela
ukwamukela bese wengeza isikhala. Ukwamukela igama
ngaphandle kokwengeza isikhala, cindezela .
•Uma igama elikhonjisiwe kungesilo olifunayo, cindezela
noma ngokuphindelela ukuhlola amanye amagama.
•Ukufaka ongqi nokhefana, cindezela bese noma
kaningi.
Ngokusebenzisa i-predictive text input udinga nje kuphela
ukucindezela kanye ikhi ngayinye. Qhubeka nokubhala
igama ngisho noma libonakala ukuthi alilungile. Ifoni
isebenzisa isichazamazwi ukubona igama uma kufakwa
zonke izinhlamvu.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
33
Ukufaka umbhalo ngokusebenzisa i-multitap
•Cindezela – kuze kuvele uhlamvu olufunayo.
•Cindezela ukwengeza isikhala.
•Cindezela ukufaka amafulstophu namakhoma
•Cindezela ukushintsha phakathi kwezinhlamvu ezinkulu
nezincane.
•Cindezela bese ubamba – ukufaka izinamba.
Ukushintsha indlela yokufaka umbhalo
•Uma ubhala umbiko, cindezela bese ubamba .
Ukusula izinhlamvu
•Cindezela .
Ukushintsha ulimi lokubhala
•Uma ubhala umbiko, cindezela bese ubamba .
Imeyili yezwi
Abakushayelayo bangashiya umbiko wemeyli yezwi uma ungeke
ukwazi ukuphendula. Ungathola inamba yemeyli yezwi yakho
ku-opharetha wenethiwekhi wakho.
Ukufaka inamba yemeyili yezwi yakho
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Ukuthum. imibiko
> Amasethingi > Inomb yemey zwi.
2Pheqa enambeni yemeyli yezwe bese ukhetha OK.
3Faka inamba yemeyili yezwi bese ukhetha OK.
Ukushayela isevisi yemeyili yezwi yakho
•Kokubekwe eceleni cindezela bese ubamba .
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
34
Amalokhi
Ilokhi yeSIM khadi
I-PIN ne-PUK yakho kuhlinzekwa ngu-opharetha wenethiwekhi
yakho.
Ukuvula iSIM khadi yakho
1Uma i I-PIN ivinjiwe ikhonjiswa, khetha Vul lokh.
2Faka i-PUK yakho bese ukhetha OK.
3Faka i-PIN entsha bese ukhetha OK.
4Phinda ufake i-PIN entsha bese ukhetha OK.
Ukuvula ilokhi ye-SIM khadi
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ukuphepha > Amalokhi
> Ukuvikel. kweSIM > Ukuvikelwa.
2Faka i-PIN yakho bese ukhetha OK.
3Khetha Vuliwe.
Ukuhlela i-PIN yakho
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ukuphepha > Amalokhi
> Ukuvikel. kweSIM > Shintsha i-PIN.
2Faka i-PIN yakho bese ukhetha OK.
3Faka i-PIN entsha bese ukhetha OK.
4Phinda ufake i-PIN entsha bese ukhetha OK.
Uma umbiko I-PIN eyiphutha Imizamo esele: uvela khathi
uhlela i-PIN yakho, ufake i-PIN noma i-PIN2 ngokungeyikho.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
35
Ilokhi yefoni
Ungaqeda ukusetshenziswa okungagunyaziwe kwefoni yakho.
Shintsha ikhodi yokukhiya ifoni (0000 idifolthi) ngokufaka noma
yimaphi amadijithi amane.
Ukukhiya ilokhi yefoni
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ukuphepha > Amalokhi
> Ukuvike. kwefoni > Hlola ikhodi.
2Faka ikhodi yokukhiya ifoni bese ukhetha OK.
3Khetha Vuliwe.
Ukuhlela ikhodi yelokhi yefoni yakho
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ukuphepha > Amalokhi
> Ukuvike. kwefoni > Shintsha ikhodi.
2Faka ikhodi ekhona bese ukhetha OK.
3Faka ikhodi entsha bese ukhetha OK.
4Faka kabusha i-PIN entsha bese ukhetha OK.
Ukuvula ilokhi yefoni
1Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Ukuphepha > Amalokhi
> Ukuvike. kwefoni > Hlola ikhodi.
2Faka ikhodi yakho yokukhiya ifoni bese ukhetha OK.
3Khetha Valiwe.
Uma ukhohlwa ikhodi entsha, kufanele uhambise ifoni
kumthengisi wakwa-Sony Ericsson oseduze nawe.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
36
Imibuzo nezixazululo
Ezinye izinkinga zidinga ukuba ufonele u-opharetha wenethiwekhi
yakho. Ngesaphothi ethe xaxa yiya ku
www.sonyericsson.com/support
.
I-master reset
Uma uthola izinkinga ngefoni yakho, njengokucwayiza noma
ukufriza kwesibuko noma izinkinga zokuhambisa, kumele
uyisethe kabusha ifoni. Uma ukhetha Setha busha konk, yonke
idatha yabasebenzisi njengoxhumana nabo, imibiko, izithombe
nemisindo kuyasuswa.
Ukusetha kabusha wonke amasethingi
•Kokubekwe eceleni khetha Imenyu > Amasethingi > eye
Okujwayelekile ithebhu > Setha busha konk > Qhubek
> Qhubek.
Imibiko yamaphutha
I-PIN ivinjiwe
Ufake iPIN yakho ngokungesikho izikhathi ezintathu zilandelana.
I-SIM yakho manje ikhiyiwe. Vula i-SIM yakho ngekhodi yakho
ye-PUK, ehlinzekwe kanye ne-PIN khodi yakho wu-opharetha
wenethiwekhi yakho.
Ukuvula ukuvinjwa kwe-SIM khadi
1Faka ikhodi yakho ye-PUK bese ukhetha OK.
2Faka iPIN entsha bese ukhetha OK.
3Phinda ufake i-PIN entsha bese ukhetha OK.
Faka ikhadi
Akukho SIM khadi efonini yakho noma kungenzeka ukuba uyifake
ngendlela engalungile. Zama okukodwa noma ngaphezulu
kokulandelayo:
•Khipha i-SIM khadi bese uyifaka ngendlela efanele.
•
Hlanza izixhumi kwi-SIM khadi nakwifoni ngebhulashi elithambile
,
indwangu noma i-cotton bud.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
37
•Hlola ukuthi i-SIM khadi yonakele yini.
•Xhumana no-opharetha wenethiwekhi yakho ukuthola i SIM
khadi entsha.
Angikwazi ukuvula ifoni
Zama ukushaja ifoni ize iqede ukushaja. Xhuma ishaja (qiniseka
ukuthi uphawu lwamandla kwishaja lubheke phezulu) bese ushaja
ifoni amahora awu 2.5. Uphawu lwebhethri esibukweni
kungenzeka lungaveli ifoni ize ishajwe imizuzu engama 30.
Angikwazi ukusebenzisa i-Inthanethi noma i-MMS
Qiniseka ukuthi unokuthenga kwefoni okusaphotha ukuhanjisa
kwedatha, kanye futhi namasethingi afanele efonini yakho.
Angikwazi ukuthumela imibiko yombhalo (SMS)
Qiniseka ukuthi unenamba yesikhungo sesevisi efanele efonii
yakho.
Ifoni ayikwazi ukutholwa ngamanye amadivaysi
ngobuchwepheshe obungenawaya be-Bluetooth
Awukaluvuli uhlelo lwe-Bluetooth. Qinisekisa ukuthi ukubonakala
ku-
Bonisa ifoni
. Bheka
Ukuvula uhlelo lwe-Bluetooth
ekhasini 29.
Ifoni iyazivala
Uma ifoni yakho izivala uma ihanjiswa, into ethile ephaketheni
lakho noma esikhwameni ithinte ikhi likavaliwe/vuliwe. Kufanele
uvule ikhilokhi ye-othomathikhi.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
38
Declaration of conformity for F305
We, Sony Ericsson Mobile Communications AB of
Nya Vattentornet
SE-221 88 Lund, Sweden
declare under our sole responsibility that our product
Sony Ericsson type AAC-1052161-BV
and in combination with our accessories, to which this declaration relates
is in conformity with the appropriate standards
EN 301 511:V9.0.2, EN 300 328:V1.7.1, EN 301 489-7:V1.3.1,
EN 301 489-17:V1.2.1 and EN 60 950-1:2006, following the provisions of,
Radio Equipment and Telecommunication Terminal Equipment Directive
1999/5/EC.
Siyazifeza izidingo zeMiyalelo yeSiqondiso R&TTE (1999/5/EC).
FCC Statement
This device complies with Part 15 of the FCC rules.
Operation is subject to the following conditions: (1) This
device may not cause harmful interference, and (2) This
device must accept any interference received, including interference that
may cause undesired operation.
Any change or modification not expressly approved by Sony Ericsson
may void the user’s authority to operate the equipment.
This equipment has been tested and found to comply with the limits for
a Class B digital device, pursuant to Part 15 of the FCC Rules. These limits
are designed to provide reasonable protection against harmful interference
in a residential installation.
Lund, May 2008
Shoji Nemoto, Head of Product Business Unit GSM/UMTS
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
39
This equipment generates, uses and can radiate radio frequency energy and,
if not installed and used in accordance with the instructions, may cause
harmful interference to radio communications. However, there is no
guarantee that interference will not occur in a particular installation.
If this equipment does cause harmful interference to radio or television
reception, which can be determined by turning the equipment off and on,
the user is encouraged to try to correct the interference by one or more of
the following measures:
- Reorient or relocate the receiving antenna.
- Increase the separation between the equipment and receiver.
- Connect the equipment into an outlet on a circuit different from that to
which the receiver is connected.
- Consult the dealer or an experienced radio/TV technician for help.
Industry Canada Statement
This device complies with RSS-210 of Industry Canada. Operation is subject
to the following two conditions: (1) this device may not cause interference,
and (2) this device must accept any interference, including interference
that may cause undesired operation of the device.
This Class B digital apparatus complies with Canadian ICES-003.
Cet appareil numérique de la classe B est conforme à la norme NMB-003
du Canada.
Sony Ericsson F305
GSM 850/900/1800/1900
Le gaydiYokusebenzisa ifoni ishicilelwe ngabakwa-Sony Ericsson Mobile
Communications AB, noma inkampani esebenzisana nabo endaweni,
ngaphandle kwewaranti ethile. Ubungcono nezinguquko kule ncwad
i
yokusebenzisa ucingo okwenziwe amaphutha okuthaypha, ukungalungi
kolwazi lwamanje, noma ubungcono ezinhlelweni kanye/noma amathuluzi,
kungenziwa ngu-Sony Ericsson Mobile Communications AB noma ingasiphi
isikhathi ngaphandle kwesaziso. Izinguquko ezinjalo, ngakho, ziyongeniswa
kwizihumusho ezintsha zale Gaydi yokusebenzisa ifoni.
Wonke amalungelo agodliwe.
© Sony Ericsson Mobile Communications AB, 2008
Sicela wazi: Amanye amasevisi akule Gaydi yokusebenzisa ifoni awasekelwe
yiwo wonke amanethiwethi. Lokhu kusebenza futhi kwiNamba Yezimo
Eziphuthumayo ye-GSM Yomhlaba ethi 112. Sicela uxhumane no-opharetha
wenethiwekhi yakho noma umnikezeli wakho wesevisi uma ungabaza noma
ungasebenzisa isevisi ethile noma qha.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
40
Sicela ufunde Ulwazi olusemqoka ngaphambi kokusebenzisa iselula yakho.
Yonke imiboniso ingeyekubonisa kuphela futhi kungenzeka ingakhombisi
ngokungenaphutha ifoni uqobo lwayo. Ifoni yakho inamandla okulanda,
ukulonda nokudlulisa okuqukethwe okwengeziwe, isb. amaringithoni.
Ukusetshenziswa kokuqukethwe okufana nalokho kungaba nomkhawulo
noma kunqatshelwe ngamalungelo abantu besithathu, okubandakanya
kodwa kungakalelwe kumikhawulo engaphansi kwemithetho yamalungelo
okushicilela efanele. Wena, hhayi u-Sony Ericsson, unamandla aphelele
kokuqukethwe okwengeziwe okulanda noma okudlulisa kuvela efonini
yakho. Ngaphambi kokusebenzisa okuqukethwe okwengeziwe, sicela
uqinisekise ukuthi ukusebenzisa okuhlosile kulayisensiwe noma kugunyaziwe
.
U-Sony Ericsson akaqinisekisi ngokungabi naphutha, ubuqotho noma
ikhwalithi yokuqukethwe okwengeziwe noma okunye okuqukethwe kwabant
u
besithathu. U-Sony Ericsson ngeke abekwe icala ngisho ngaphansi
kwaziphi izimo ngokusebenzisa kwakho okungalungile kokuqukethwe
okwengeziwe noma okunye okuqukethwe kwabantu besithathu.
I-Sony, Memory Stick Micro ne-M2 yizimpawu zokuhweba noma yizimpawu
zokuhweba ezibhalisiwe zakwa-Sony Corporation. I-Ericsson wuphawu
lokuhweba noma wuphawu lokuhweba olubhalisiwe lwakwa-
Telefonaktiebolaget LM Ericsson. I-Predictive Text Technology issetshenzisw
a
ngaphansi lwemvume yakwa-Zi Corporation. I-Bluetooth wuphawu
lokuhweba noma wuphawu lokuhweba olubhalisiwe lwe-Bluetooth SIG
Inc. kanti ukusetshenziswa kwalolu phawu ngu-Sony Ericsson kungaphansi
kwelayisensi. Ilogo ye-Liquid Identity, i-Style-Up, i-PlayNow ne-TrackID
yizimpawu zokuhweba noma yizimpawu zokuhweba ezibhalisiwe zakwa-
Sony Ericsson Mobile Communications AB. Umculo we-TrackID™ inikwa
amandla yi-Gracenote Mobile. I-Microsoft, i-Windows ne-Vista yizimpawu
zokuthengisa ezibhalisiwe noma izimpawu zokuthengisa ze-Microsoft
Corporation e-U.S nakwamanye amazwe. Lo mkhiqizo uvikelwe ngamalungel
o
athile olwazi akwa-Microsoft. Ukusebenzisa nokusabalalisa kwalo
buchwepheshe ngaphandle kwalo mkhiqizo akuvunyelwe ngaphandle
kwelayisensi yakwa-Microsoft. I-Java™ kanye nazo zonke izimpawu
zokuthengisa namalogo okugxile kwi-Java kuyizimpawu zokuthengisa
noma izimpawu zokuthengisa ezibhalisiwe ze-Sun Microsystems, Inc.
e-United States nakwamanye amazwe. Isivumelwano selayisense
yomsebenzisi wokugcina we-Sun™ Java™ J2ME™.
Imithetho Yokuthekelisa: Lo mkhiqizo, kubandakanya noma iyiphi isofthiwe
noma idatha yezobuchwepheshe ehambisana nomkhiqizo, ungahle ube
ngaphansi kwemithetho yokulawula ukuthekelisa yase-U.S., kubandakanya
i-U.S. Export Administration Act nemithetho ehambisana nawo kanye
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
41
nezinhlelo zonswinyo zase-U.S. eziphethwe yi-U.S. Treasury Department’s
Office of Foreign Assets Control, futhi ngaphezu kwalokho ungaba
ngaphansi kwemithetho yokuthekelisa nokungenisa kwamanye amazwe.
Umsebenzisi kanye nanoma yimuphi umnikazi womkhiqizo uyavuma
ukulandela ngokucophelela yonke le mithetho nokuthi kuyisibopho sakhe
ukuthola amalayisensi adingekayo okuthekelisa, okuthekelisa kabusha,
noma okungenisa lo mkhiqizo. Ngaphandle komkhawulo lo mkhiqizo,
kubandakanya noma iyiphi isofthiwe ekuwo, akuvunyelwe ukulandwa,
noma kuthekeliswe noma kuthekeliswe kabusha (i) ezweni noma kubadlali
noma ezinkampanini okuse Cuba, Iraq, Iran, Nyakatho Korea, Sudan, Syria
(njengokubuyekezwa kwalo luhlu ngezikhathi ezithile) noma kuliphi elinye
izwe i-U.S. enqabele izimpahla kulo; noma (ii) kunoma wubani noma yikuphi
okuku-U.S. Treasury Department’s list of Specially Designated Nationals
noma (iii) kumuphi umuntu noma inkampani okukunoma yiluphi olunye uhlu
lokunqabela ukuthekelisa olungakhishwa ngezikhathi ezithile wuHulumeni
wase-United States, kubandakanya kodwa kungagcini nge-U.S. Commerce
Department’s Denied Persons List noma i-Entity List, noma i-U.S. State
Department’s Nonproliferation Sanctions List.
Amalungelo Anomkhawuko: Ukuseshenziswa, ukuphindwa noma ukuvezwa
nguhulumeni wase-United States kungaphansi kwezivimbelo njengoba
zibekiwe ngaphambili kwi-Rights in Technical Data and Computer Software
Clauses kwi-DFARS 252.227-7013(c) (1) (ii) ne FAR 52.227-19(c) (2) njengoba
kufanele.
Lo mkhiqizo unelayisensi ngaphansi kwelayisensi ye-MPEG-4 okubonwayo
ne-AVC iphothfoliyo yephathenti yokusebenzisa komuntu siqu nokungekona
kokuhweba koku (i) faka amakhodi kuvidyo ngokuhambisana ne-MPEG-4
visual standard (“MPEG-4 video”) noma i-AVC standard (“AVC video”)
kanye/noma (ii) ukukhipha amakhodi ku-MPEG-4 video noma AVC video
ebifakwe amakhodi wumthengi owenza izinto zakhe siqu okungezona
zokuhweba kanye/noma etholwe kumhlinzeki wamavidyo onelayisensi ye-
MPEG LA yokuhlinzeka i-MPEG-4 kanye/noma AVC video. Ayikho ilayisensi
enikwayo noma ezothathwa njengekhona yanoma yikuphi okunye
ukusebenzisa. Ulwazi olwengeziwe kubandakanya lolo oluhlobene
nokusebenzisa kokuqhubekisa, kwangaphakathi nokohwebo namalayisensi
lungatholakala kwa-MPEG LA, L.L.C. Bheka ku http://www.mpegla.com.
Ubuchwepheshe bokukhipha amakhodi okulalelwayo be-MPEG Layer-3
bunelayisensi yakwa-Fraunhofer IIS and Thomson. Zonke ezinye izimpawu
zokuhweba namalungelo okushicilela kuyimpahla yabanikazi bako abafanele.
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.
Sony Ericsson Mobile Communications AB
SE-221 88 Lund, Sweden
www.sonyericsson.com
1213-4817.3
Printed in XXX
This is the Internet version of the User guide. © Print only for private use.